Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 সম্পর্কে
Audio The Holy Bible of the heavens. Audio Holy Bible offline mp3
IBhayibheli — Yinhlanganisela yemibhalo yamaHeberu namaKristu equkethe izambulo zikaNkulunkulu. Igama elithi ibhayibheli lisho ukuthi “izincwadi.” IBhayibheli ngumsebenzi wabaphrofethi abaningi futhi nababhali ababeshisekelisiwe ababenza izinto ngamandla oMoya oNgcwele.
IBhayibheli lamaKristu linezigaba ezimbili, ngokuvamile ezibizwa ngokuthi yiTestamente eliDala neTestamente eliSha. ITestamente eliDala linezincwadi zemibhalo engcwele ezazisetshenziswa phakathi kwamaJuda aseFilistiya ngesikhathi sobufundisi beNkosi basemhlabeni. ITestamente eliSha linemibhalo yesikhathi sabaPhostoli futhi lithathwa ngokuthi linobungcwele namandla afanayo njengemibhalo engcwele yamaJuda. Izincwadi zeTestamente eliDala zithathelwe emtapweni wezincwadi wesizwe wamakhulu amaningi eminyaka futhi cishe wonke wabhalwa ngesiHeberu, kanti izincwadi zeTestamente eliSha ziwumsebenzi wesizukulwane esisodwa futhi zabhalwa ikakhulukazi ngesiGriki.
Khetha incwadi ukulalela noma thwebula:
iTestamente eliDala
iTestamente eliSha
EBhayibhelini lesiHeberu (iTestamente eliDala) izincwadi zazihlukaniswe kathathu: nguMthetho, ngabaPhrofethi, nemiBhalo. IBhayibheli elisetshenziswa ngamaKristu lihlukanisa izincwadi ngokwendikimba, njengezomlando, ezezinkondlo, nezeziphrofetho.
What's new in the latest 3.1.1105
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 APK Information
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 এর পুরানো সংস্করণ
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 3.1.1072
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 3.1.1065
Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 3.1.1061
APKPure অ্যাপের মাধ্যমে অতি দ্রুত এবং নিরাপদ ডাউনলোড করা হচ্ছে
Android-এ XAPK/APK ফাইল ইনস্টল করতে এক-ক্লিক করুন!