Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3
Acerca del Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3
Audio La Santa Biblia de los cielos. Audio Holy Bible offline mp3
IBhayibheli — Yinhlanganisela yemibhalo yamaHeberu namaKristu equkethe izambulo zikaNkulunkulu. Igama elithi ibhayibheli lisho ukuthi “izincwadi.” IBhayibheli ngumsebenzi wabaphrofethi abaningi futhi nababhali ababeshisekelisiwe ababenza izinto ngamandla oMoya oNgcwele.
IBhayibheli lamaKristu linezigaba ezimbili, ngokuvamile ezibizwa ngokuthi yiTestamente eliDala neTestamente eliSha. ITestamente eliDala linezincwadi zemibhalo engcwele ezazisetshenziswa phakathi kwamaJuda aseFilistiya ngesikhathi sobufundisi beNkosi basemhlabeni. ITestamente eliSha linemibhalo yesikhathi sabaPhostoli futhi lithathwa ngokuthi linobungcwele namandla afanayo njengemibhalo engcwele yamaJuda. Izincwadi zeTestamente eliDala zithathelwe emtapweni wezincwadi wesizwe wamakhulu amaningi eminyaka futhi cishe wonke wabhalwa ngesiHeberu, kanti izincwadi zeTestamente eliSha ziwumsebenzi wesizukulwane esisodwa futhi zabhalwa ikakhulukazi ngesiGriki.
Khetha incwadi ukulalela noma thwebula:
iTestamente eliDala
iTestamente eliSha
EBhayibhelini lesiHeberu (iTestamente eliDala) izincwadi zazihlukaniswe kathathu: nguMthetho, ngabaPhrofethi, nemiBhalo. IBhayibheli elisetshenziswa ngamaKristu lihlukanisa izincwadi ngokwendikimba, njengezomlando, ezezinkondlo, nezeziphrofetho.
Novedades más recientes 3.1.1105
Información de Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 APK
Versiones Antiguas de Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3
Descarga rápida y segura a través de APKPure App
¡Un clic para instalar archivos XAPK/APK en Android!